Inhlanzi Nesipho
Edición de la obra Inhlanzi Nesipho
| Autor | Andy Thesen, Jesse Breytenbach, Liesl Jobson |
|---|---|
| Editorial | BookDash |
| Fecha de publicación | 2021 |
| Idioma | zul |
| ISBN-13 | 9780994652041 |
| Número de Cutter | T413i |
Ngolunye uLwesihlanu olukhethekile, ubaba kaYusuf uyagqoka ngaphambi kokuba kube nokukhanya okukhanyisa isibhakabhaka. Amehlo kaYusuf ayakhanya ngesikhathi uBaba ethi, “Lolu usuku lapho ngizobamba khona inhlanzi bese futhi ngiza nesipho sakho ekhaya.”