Cha!
Edición de la obra Cha!
| Autor | Melissa Visser, Liora Friedland, Karen Vermeulen, Janita Holtzhausen |
|---|---|
| Editorial | BookDash |
| Fecha de publicación | 2021 |
| Idioma | zul |
| ISBN-13 | 9781776230730 |
| Número de Cutter | V834c |
Kunentombazanyana enomkhuba wokuthi ‘Cha’. Ukusho lokhu kakhulu. Eqinisweni, ngaso sonke isikhathi. Kodwa ngelinye ilanga, uhlangabezana nombuzo omyengayo kangangokuba akanayo enye indlela ngaphandle kokuthi ‘YEBO!’ Mhlawumbe akukubi kangakho ukuthi ‘Yebo’ ekugcineni.